“Unyawo lwesokunxele emuva,” kucula izethameli.

“Unyawo lwesokudla emuva,” kucula uTin.

“Unyawo lwesokudla emuva,” kucula izethameli.

UJosh noHope babemamatheka becula kanye naye, kodwa uNeo wayelokhu eqalaza efuna ukubona ukuthi iphi ibhendi.