Umama unothando uwumama oluthando
Ukube ngimdala ngabe ngiyasho ukuthi akekho umuntu othanda njengomama
Kepha ke angazi okuningi
Kuphela ngiyazi umama nabanye omama banothando olungenayo imigomo nemibandela
Abanye banethemba lokuthi akubona bonke omama abonothando
Abanye bathi yibo bonke
Abanye omama baphelelwa uthando ngemikhuba esiyenzako
Bagcine bengakwazi ukuzibamba
Kanti abanye banozwelo nokubekezela
Kuphela nje bajahe ukudlula emhlabeni
Omama banothando benziwa izenzo ukuthi bagcine ngalendlela
Omama bayathanda
Omama bawuthando