Unomcebo Biyela wayeyintombazane eyayitshone kakhulu kwezothando.

[KwaMabiyela eyadini ekuseni]

Nomsa: Sawubona ntombi kaMabiyeka.

Mabiyela: Siyabonana ntombi kaMthembu.

Nomsa: Ziphi intombi zakho?

Mabiyela: Phela mina nginentombi ezikhutheleyo hayi lamavila ala endaweni.

Nomsa: (Ehamba) Hay othi ngikushiye.

[Emfuleni-Emini]

Intombi (Bayacula): Nanithi niyayifuna lengoma. Bafana namhlanje isihlangene.

Nomcebo: Hawu nginixoxele bo chomzit

Nelly: Heee hoza nazooo.

Nomcebo: Ngithole u Mr Right oshayela i-BMW ‘be my wife’ bo chomi.

Nelly: (Eqhwebula) Nazo ke oo masidleni izinto.

Nomcebo: (Babethana izandla) Hawu izinto choma (ehleka)

Zingisa: Hayibo Nomcebo uzothi udla izinto kanti izinto zidla wena. Abafana bayaphoxa bo.

Nomcebo: Hawu yini kodwa umona Zee?

Nelly: (Uyathwala) Myeke lona chomi. Masihambeni liyatshona ilanga.

Intombi: (Bayacula) Mina ngiyintombi nto. Hoysholo we-eena hoysholo wena.

[Endleleni egodukayo bahlangane no Lihle akhulume no Nomcebo abanye baqubeke bagoduke.]

Lihle: Gegela gege ntombi wamuhle ngathi ugeza ngobisi, usule ngopoloni ugcobe nge rama. Konje ntombi bakubiza ngobani?

Nomcebo: Ngiwu Nomcebo Biyela ngale koBhuqu.

Lihle: Mina ngingu Lihle ngale komfula.

Nomcebo: Uxolo bhuti kuyomele ngihambe nelanga seliyashona. Nazi inombolo zam. (Ehamba)

[U Lihle wasala embhekile.]

Lihle: Xay suka madoda.

[KwaMabiyela – ntambamba.]

Mabiyela: (Ethuthele) Nomcebo uphuma phi? Kunini UNontembiso ebuyile?

Nomcebo: Ngiyaxolisa ma ngidlule ka Nelly.

Mabiyela: Ukususela namhlanje hlukana nalo Nelly wakho. Uyezwa?

Nomcebo: (Eya endlini yakhe) Ngiyezwa ma.

[UBlade ufowunela uNomcebo sekusebusuku.]

Blade: Sawubona standwa sam.

Nomcebo: Yebo unjani muntu wam?

Blade: Angiphilanga neze standwa.

Nomcebo: Awu yini inkinga standwa?

Blade: Inkinga ukuthi ngiya khumbula.

Nomcebo: Nchoe standwa sam inking ngino ma namhlanje, angiqondi ukuba ngizokwazi ukuza kuwena.

Blade: Manje ugcebisa ukuthi ngihlale ngedwa kulenqele kodwa ngino maqondana wam?

Nomcebo: Kulungile ke standwa ngizofika.

Blade: Thats my girl. (ebeka ucingo)

Nomcebo: Nomdade ngicela ungisize.

Nontembiso: (Ebeka i pen) Ufunani manje?

Nomcebo: Uma xa engibuza ukuthi ngiphi uvedane uthi ngikwa Malumekazi. Uyezwa?

Nontembiso: Ngiyezwa nomdade.

[Ka Blade – ebusuku]

Nomcebo: (Egqogqoza) Blade?

Blade: (Emngenisa) Awu ngiyaxolisa ngoku kulindisa ngaphandle.

Nomcebo: (Encumile) Hawu akunankinga standwa.

(Baqabulana baphosana embhedeni lapho u Nomcebo wagxuma.)

Nomcebo: (Evuka) Ngeke ngikwazi ukuyenza lento.

Blade: (Ethuthele) Hawu yini ezokuvimba?

Nomcebo: (Enamahloni) Ukuthi standwa ngiyahlolwa.

Blade: (Ekhulumela phantsi) Kodwa standwa uyazi ukuthi mina nawe sesifana nezithandani zekhethelo. Futhi lomunwe wakho ngizowufaka indandathu.

Nomcebo: Kulungile ke standwa.

(Bagcina belalile lutho ukusebenzisa ijazi. Beyi vajini u Nomcebo umbhede wonke ugcwele igazi. U Nomcebo walala waselwa wavuka sekuphumile ilanga.)

Blade: Nomcebo vuka uhambe.

[Emgaqweni – Ekuseni]

Shila: (Ebeka ijacket ebeyihlamba) Ayinoba ngu Nomcebo ke owa

Nomcebo: (Enamahloni) Sawubona.

Shila: Nomcebo (Ecula) Yintombi enjani le elala no Sbari wayo isoka ladadewalo…

Nomcebo: (Ethukile) Unamanga nxaa.

[Ka Mabiyela – ekuseni]

Mabiyela: Uphuma phi Nomcebo ngoba Wena awulalanga layikhaya?

Nomcebo: (Eneshiki) Hawu ma u Nontembiso akakuxelelanga ukuthi bengilele ka Malumekazi?

Mabiyela: Uze umithe ngane yam Heee.

[Endlini ka Nomcebo ekuseni.]

Nontembiso: Hawu usubuyile, uhambe kanjani?

Nomcebo: (Wamqhwaba ngempama): Hlukana nendoda yam Nontembiso.

Nontembiso: (Wayibuyisa impama) Yiphi indoda yakho njengoba emaningi kangaka?

Nomcebo: U Blade.

Nontembiso: (Ehleka) Lowa madala vele benginga julanga ngaye. Ngizorhoxa ke sisters.

[uShila uhlangana no Lihle endleleni eya e shop emini.]

Shila: (Egijima) Bhuti yima apho

Lihle: (Wama) Yini indaba nkosazana?

Shila: Uyazi ukuthi u Nomcebo ujola no Blade?

Lihle: Ini lo wama tenda?

Shila: Yebo kodwa ungake ulinge ulifake elam igama.

[ULihle waphuthuma ka Blade.]

Lihle: (Ecula) Ophume sibonane, phuma Sibonane.

Blade: (Waphuma) Yehake ayadelela amakwenkwe alendawo.

[Babethana babethana kwaze kwafika U Nomcebo.]

Nomcebo: (Ekhuza) Yekani lento niyenzayo.

Shila: (Ecula) Ngithi wequde manikiniki, Ziyeke, ziyeke zibulalane.

Nomcebo: (Ekhwaza) Yekani lento niyenzayo.

[U Lihle no Blade bayekana bashiya U Nomcebo lapho.]

Nomcebo: Oho Shila ibinguwena oxabanisileyo?

Shila: Ehe ibiyimina manje uzongenzani ngoba phela mina Nomcebo angikwesabi.

Nomcebo: Manje uzuzeni?

Shila: (Ehleka) Lutho kodwa wena ngeke phela ubenama doda amabini thina singenawo.

[3 Months later u Shila waxelela U Mabiyela ukuthi u Nomcebo ukhulelwe.]

[Ka Mabiyela-Emini]

Mabiyela: (Ecula) Wen’ungayontombi ngon’ubaleke uwele u Mthavuna uyoqwayizwa uzungakali ngob’ ingculaza iyabulala.

Nomcebo: (Ethukile) Haybo ma ukuthatha phi loko ukukhulumayo?

Mabiyela: Sungaze ungenze intlekisa kanje Nomcebo?

Nomcebo: Ma ukhuluma ngani?

Mabiyela: Ubuzongi xelela nini ukuthi ukhulelwe?

Nomcebo: (Wakhala) Ngiyaxolisa ma.

Mabiyela: Angidingi xolo lakho mina. Mawufuna ukuxolisa hamba uyoka ixolo ubese uxolise kulo.

Nontembiso: (Wahleka) Mabiyela ngikuxoxele ke mina empilweni yam. Angisenayo ingane engu Nomcebo. Thatha wonke emasaka akho uphume emzini wam.

Nontembiso: (Emnika iskwama) Sengikwenzele umsebenzi walula nanga amasaka akho.

Nomcebo: (Wamlingisa) Nxaa.

Nontembiso: (Ecula) Songaze ukuthuki kanda ngendaba zobufebe, walahli khaya ngendaba zobufebe.

[Ngase sangweni lakwa Nomsa emini]

Nomsa: Yini indaba ntombi?

Nomcebo: U ma ungixoshile ekhaya.

Nomsa: Ethi ukuxoshelani kodwa?

Nomcebo: Ngoba ngikhulelwe anti.

Nomsa: Awu kwaze kwabuhlungu lokho.

Nomcebo: (Wakhala)

Nomsa:(Ecula) Bengisacela masihambe iyho. Syo chek’ igazu ngisacela sihambe.

Nomcebo: (Esukuma) Kulungile ma.

[Esibhedlela emini]

Nomsa: (Ekhwaza) Sanibonani

Dokotela: Yebo sanbona. Nginganisiza ngani?

Nomsa: Bengisa lethe lengani ukuthi niyigcwaninge igazi.

Dokotela: Kulungile ma. Sisi bengisacela ungilandele.

[U dokotela wathatha igazi lika Nomcebo waligcwaninga.]

Dokotela: Usungabuyela ku ma wakho. Ngizofika nemiphumela emva kwe 30 minutes.

[UDokotela wabuya ephethe amapilisi amaninzi.]

[Esibhedlela emalanga.]

Dokotela: Sanibona kwakhona emalanga.

Nomsa: Yebo dokotela. Manje amapilisi amangaka ngawani?

Dokotela: Lana kuleli fayili ngiphethe imiphumela ka Nomcebo Biyela.

Nomcebo: (Esoyika) Ithini dokotela?

Dokotela: Indaba ezimnandi ukuthi ukhulelwe.

Nomsa: Ezimbi?

Dokotela: Uxolo sisi unegculaza.

Nomsa: (Ehamba) Hawuu into engaka hay. Phephisa ntombi ngeke ngikwazi ukukusiza lena ingaphezu kwa mandla ami.

Dokotela: Uxolo sisi. Nanga amapilisi akho, kuyomele ndibuyele emsebenzini.

[UNomcebo wasala emathile emtholampilo kodwa waphuma waya ka Lihle.]

[Ka Lihle emnyango emalanga.]

Lihle: Ufunani la Nomcebo?

Nomcebo: (Ecula) Lihle I’m sorry I didn’t mean to hurt you.

Lihle: (Ecula) It’s too late to apologize, it’s too late.

Nomcebo: (Ekhala) Ngicela ungixolele Lihle. Angisenayo indawo yokuhlala. Futhi sengiyagula.

Lihle: Ngeke ngikwazi Nomcebo, udlalile ngothando lwam. Ngicela Ungihambele. (wavala umnyango)

[Wahamba u Nomcebo waya ka Blade.]

[Ka Blade emalanga.]

Nomcebo: (Wagqongqoza)

Blade: (Wavula) Ubekwa yini Nomcebo la?

Nomcebo: Ow yindlela yokubingelele uMa wengane yakho le?

Blade: (Ethukile) Ingane yam?

Nomcebo: Ehe ingane yakho Blade.

Blade: Unamanga liveza ndlebe lowa farm juliya wakho.

Nomcebo: Blade ngicela silungise izinto phambi kokuba ingane izalwe.

Blade: (Ecula) Uthando lwam you don’t deserve it ntombazane, phumakim phumakim.

Nomcebo: I’m really sorry Blade.

Blade: Ukhulumi singisi esinje. Wangijela ukuthi awujoli uzoyisola angisafune kujola nawe lwabishi.

[Waphuma ekhala u Nomcebo ka Blade ehamba emgaqweni nemithwalo yakhe okohlanya.]

Nomcebo: (Ecula) Nkulu- nkulu womhlaba sekukhona abangizondayo uzu babheke.

[Ka Mabiyela ebusuku.]

Mabiyela: (Wabeka icephe) Zange ngikucacisele ukuthi angisawufuni umgcondwana wakho lana kwam?

Nomcebo: (Ecula ekhala) Mama wam ngicel’ ukubuye khaya. Futhi sengiyagula, sengingafa noba kunini.

Mabiyela: Ungiphoxile futhi wangi hlambalaza ngesgodi sonke. Cela ungihambele please.

Nontobeko: Mama is it too late now to forgive her?

Mabiyela: Ungangihlokolozi Ntobeko.

[U Nomcebo wahamba waya ka Nelly no Zingisa.]

Nomcebo: (Wagqongqoza)

Nelly: Hawu oo ubekwa yini la ebusuku kanje futhi neskwama?

Zingisa: Kwenzakalani Nomcebo?

Nomcebo: Umama wangiyala wathi ngingabojola kodwa mina ngangalalela. Ngixoshiwe ekhaya.

Zingisa: Ngakutshela ukuthi abafana bayaphoxa kodwa wathi ngino mona.

Nelly: (Wamngenisa) Awukahle wena. Nomcebo uzosebenzisa ingumbi lam.

Nomcebo: Ngiyabonga bahlobo bam. (Wabahaga)

[U Nomcebo wayehlela ukuzibulala.]

[Egumbini la Nelly ekuseni.]

Nomcebo: Uma nkosi kwakungu wena owayedale ukuthi namhlanje ngihlupheke kanje. Ngizinikela kuwe nkosi ngingento yalutho. Uze uwunakekele umndeni wam.

[U Nomcebo waphuza amapilisi onke. Emva kwe yure enye amluma kwaze kwaphuma isisu. Emva koko washona U Nomcebo.]

Nelly: (Evula umnyango) Ooh ngikwenzele i breakfas. Haaaaaaaa

Zingisa: Yini? (wangena) Haaaaawu kodwa Nomcebo.

[U Nelly no Zingisa babiza omakhelwane kunye no ma ka Nomcebo. Abantu bakhawuleza bafika kunye no dokotela.]

Mabiyela: (Ekhala) Uba bengimxolele futhi ngamlalela ngabe akhukho nje.

[Kwathi kwiveki elandelayo kwabangumgcwabo ka Nomcebo. U Lihle wayelungise inkondlo aza kuyathula emgcwabeni.]

Lihle: Uthando. Ngazizwa ngisemathandweni ngiqala ukukubona. Uthando lwakho nkosazana lwangenza ngazizwa ngimuhle futhi ngimusha. Ngizwa kabuhlungu masengibona ungishiya ngenxa yothando.

Nomsa: Bebethandana na?

Extra: Kuzwakala kanjalo.

Lihle: Ukwahlukana nawe kwakungeyona intloso yam. Ngiyazi kubuhlungu engikwenze kona ngenkathi ubusaphila futhi ungidinga. Ubusoloko ungenza ngincume futhi ngijabule, kodwa manje kubukeka ngathi ngeke ngiphe ngijabule, ngiphinde ngincume. Nomcebo wam ngifuna ukuthi ngicela ungixolele ngengikwenze kona, kunye nentlungu engikuzwise yona.

Extras: Ey nkosi yam.

Lihle: Uyosoloko uleta Uhando kunye nenjabulo empilweni yam. Incwadi yethu iphelile, izihlobo zethu zidukile. Uthando lwethu lubaxiwe, konke kuphinde kuhlume. Sesiyobonana kwelizayo.

Extras: (Bavuma ingoma) Ukholo lwami ngonyuka nalo…

[Wathi xa esuka phambili u Lihle washiya abantu bencumile yilento entle ayenzileyo. Wathathwa ke u Nomcebo wayobekwa egumbini lakhe lokugqibela.]