Ngaphandle kwaXulu

MaDlamini: Baba kungani ungayikholwa ingane kodwa?
Vusi: Akuvumi ukuthi ngikholwe ukuthi udadewethu uS’bongile wayengumuntu bomubi esaphila.
MaDlamini: Eqinisweni baba uS’bongile wayeke engitshele ukuthi akafuni ukuthi uBusisiwe akhulelelwe engakashadi kodwa ebengingakase ngicabange ukuthi ubeqinisile ngakho ke ingane kwamele ngikholwe.
Vusi: Mkami uma usho njalo kusho ukuthi kufanele ngiyikholwe ingane neze kunzima ukwamukela iqiniso ngodadewethu. Asingene endlini MaDlamini.

(Bangene endlini)

Vusi: Busisiwe ngiyakukholwa futhi bengithanda ukuxolisa ngalendlela bengikuphethe ngayo kulezinsuku ezehlule.
Busisiwe: Malume ungiphethe kabi kodwa ngiyakuxolela.
Vusi: Ngiyabonga mshana. Ayikho inkinga mshana ungahlala lekwasisi ayikho inkinga!

Iyaphela!

***