UBongi uphupha ngokuyofunda eyunivesithi kodwa akanayo imali yokudla, ingasaphathwa-ke eyokubhalisa eyunivesithi, futhi unogogo ogulayo ekhaya odinga imithi. Ngenxa yokuxakeka, uya kwa-EezyLoans! lapho exoxela khona uXavier onolimi olushelelayo. UXavier umqinisekisa ngokuthi uzomlungisela konke, futhi umeboleka nemali. Akudingayo kuphela kuBongi ulwazi olumayelana naye. UBongi akazi nakancane ukuthi uXavier uzokwenzani ngalo…
Le ndaba iyatholakala ngesiNgisi la
Le ndaba ixhaswe ngabakwa-Alt Advisory — iqembu labacwaningi nabameli abasebenza ngamalungelo abantu nobuchwepheshe obudijithali.
Xhumana no-@altadvisory kuTwitter, uFacebook, noLinkedIn, noma uvakashele u-altadvisory.africa.