Sthandwa Sam nguwe wedwa
Kweyam intliziyo ngifuna wazi
Akekho onothatha Indawo yakho
Kweyam intliziyo.
Ze ungayophuli intliziyo yam ngoba
Isikhethe Wena Babe ngicela
Ungavumi basinqamule futhi
Ungakhohlwa ndakukhetha phambikwabo.
Kumele uhlale wazi baningi abangasifiseli
Okuhle koluthando
Lwethu, abanye benza ngathi
Bayasithanda Uma bejikela
emuva kwethu basihleba
Ngathi abasazi, ukhumbule
Bancane abayosithanda
ngokweqiniso.
Sithandwa Sam masiphushe uthando
Lwethu sikhohlwe bondaba zabantu
Ngoba abayithandi into
Entle.
Noma bengathini uhlale wazi nguwe umaqondana, ngikuthembisa izulu
Nomhlaba angisoze ngajika
Lutho, uwena umfundumalisi
Wentliziyo Yami.
Mntuwam ngibona Wena kuphela
Baningi kodwa abafani nawe
Uwena iphakade lam.
Mina ngifuna Wena kuphela My Darlie
Thatha nayi intliziyo engenacala kepha ngithi
Uma kulicala uthanda umuntu
Nomantyi ngiyamkhulula
Akagwebe!!.
Wena ingama lakho Elisha
Unguthandiwe wam ubaxoxele
Nabanye intliziyo yam uyithathile futhi
Isikhulumile Wena umathanda wam.
Zeeeeeh!! Ungiphathe Kahle.