ULonwabo uyisilingo sengane, akabambeki. Umama wakhe ongayedwa uyahluleka ukumkhuza. ULonwabo wenza isinqumo sokuthi ayofuna ubaba wakhe futhi ayosoka entabeni. Kodwa uzoyithola kanjani le ndoda, ubaba angamazi nhlobo, futhi kuzokwenzakalani lapho behlangana?
This story is available in English: Chasing Manhood
***
This story forms part of a special project – Mentoring our Future Writers – sponsored by the National Arts Council.