Igama lami ngingu Thandiwe nkosi ngihlala no mama no baba. Endaweni yase Msinga emakhaya siphila kahle ekhaya umama uyasebenza emzini womlungu. Ubaba yena une Farm sifuyile ekhaya izilwane ongazicabanga ezifunwayo emakhaya zikhona ekhaya. Kunengandi enkhulu yezithelo nemifino. Ngiyamuthanda umama wami no baba wami ngokunjalo ngingendwa ingane ekhaya ngifunda esikolweni Samabanga Aphansi. Uthisha wami umiss Majola uyangithanda nami ngokunjalo. Namunhla uLwesihlanu uyangivusa umama usengilungiselile izinto zesikole ngiyagenza ngiyanqenda ngiyandla uma ngiqenda ukundla ngiyohlamba amazinyo ami nge brush lami elisha ngiyaphuma ngiyovalelisa kumama no baba imoto yami engihambisa esikoleni isifikile sengikulungele ukuhamba ngingena emotweni ngiphakamisela umama isandla ngiyobona abangani bami uThandi noLihle bahle abangani bami.