Ntwana yami.
Igama ngim’ uTeklo Duma.
Vuma ngiku bize Ntwana okwa manje.
Ngiku thinte, ngiku buke emehlweni.
Ngi buke lo buhle bakho,
Ubuhle bakho buya ngi philisa.
Ngi vumele ngiku tshele ngalo buhle,
Ubuhle obu kuwe, obu nguwe.
Ntwana yami.
Ukuthi wena uyi Ntwana yami,
Akusho ukuthi umncane ku nami,
Akusho ukuthi ngi yaku nyaza.
Ngi yaku thanda, angi funi uku ngabi nawe
Ngi yaku hlonipha, phila nami.