Ngiyejabula ukuzebona

Sengilapha baningi aba

Ngangifiseli okuhle. Ngangingazi

Ukuthi ngogcine ngiwusonkondlo,

Kukho konke ngangithi,

Ngobawu Dokotela wak’sasa,

Ngobawu Mmeli wak’sasa,

Ngoba ngu Mnini wamabhizinisi

Kodwa impilo yangibeka

Kokunye.

Baqinisile abathi impilo

Iyokube kakokunye,

Baqinisile uma bethi

Kusa ngokunye bheka nje

Nami sengidlondlobalisa

Ikhono lami lokubhala.

Kukho konke engihlezi

Ngikusho ngithi :

Qhakaza Ndoni yamanzi,

Qhakaza FAYISE.

Phinde ubhale futhi ZABASHE

Ngabese ngabhala.