Ngiyafisa weh crush yami

Nginamaphupho wokuthi sibe kunye

Ngifisa ukubhala incwadi eya kwi crush yami

Ngiyazi nawe uyaku funa lokhu

Crush yami, nginothando lwakho.

Ngiyethemba nawe unalo olwami

Mina ngikhala ngothando lwakho

Angazi kuwe,kepha ngiyethemba

Incwadi eya kwi crush yami

Mhlazana ngizoyibhala, izokuhlaba umxhwele

Ngesaba amehlo Abantu

Kepha awakho ayangchaza

Ngizoyibhala incwadi eya kwi crush yami

 

INCWADI EYA KWI CRUSH YAMI