Corona corona
Uyisifo esingalapheki
Usuhlukumeze abantu abaning
Uyisifo esibulalayo
Ngiqalekisa unyaka wafika ngawo
Corona corona!
Usiqelisa nabantu esibathandayO
Izingane azisafundi nakahle
Uyisifo esihlukumezayo
Sihlala ngokwesaba
Corona corona
Sihlukumezile kakhulu
Kanti uphelanin?
Sikudelile