Bazali bam angazi noma nani nake nabhekana yini nalesimo engibhekene naso?
Ngihlaselwe isifo sesikhukhukazi
Okuhamba phambili kim ukuphepha kwabazukulu benu, nanokuthu bazodlani.
Ningikhulisile sengimdala
Kodwa ayi kunina, ngizohlala ngiyingane kinina.
Ngifisa ukusho ukuthi sengivuthiwe manje
Ngicela ninginike ithuba lokukhulisa abazukulu benu, ngendlela engazungenza nginisole uma izinto zingahambanga ngendlela.
Ngicela ningangikhele imisebenzi emangingene nemangingangeni kuyona
Isikhathi sanamhlanje asifani nesayizolo lapho imisebenzi ibiyinala, namhlanje sibamba evukayo.