Kusekuseni emzini ka Biyela umaZulu wayesalungiselela isidla sasekuse. Lapho ebona imonto yimbe ima ngasesangweni lakhe. Wayehlezi phansi wasukuma wathi lacu. Wayeka kwasidlo leso ayethi uyasidla wathi wathi qalaqal ebuka kulemoto.

Kwasho ukuthi namawindi ayedimile kakhuli ungakwazi ukubona umuntu ongaphakathi. Wathiesazicikica amehle ethi efuna ukuphinda abukisise savulel isivalo sangemumva. Lwamuthi heqe uvalo kwazise phela wayeyedwa ngaleso sikhathi. Kwaphuma uBiyela.

Amaphaphu abuyela ngezansi kumazulu baba kodwa ungithuselani. Kusho umazulu ngezwi eliphansi. Nkosikazi bambalapha kusho biyela inika umazuli izikwama eziphonsa phansi. Wazithatha mazulu wangena nazo endlini baba ngiphuthume kwenzenjani nemithwalo engaka ekuseni kusanje akumele engabe ukamlungu ubiyela ngezwi elinentikuthele mazulu uyakwazo ukuthula nje.

Boke uthule mfazi baba kusho mazulu ngezwi eliphansi ayidle ishiyele. Mkosikazi nidlani kukho ubengikwenzile baba nami bengithi ngisadla nakhu sengibona ngemonto sengishiyaphansi walungisa umazulu ukudla bahlalaphansi badla. Kwakuthulekile