UZoey ujwayele ukulishova kakhulu ibhayisikili lakhe uma edlula emzini othize okuMakoro Drive. Unomlando ohlasimulisa umzimba lomuzi. UKopano, indoda eyayihlala khona eyayiyiphoyisa, yabulala indodakazi yayo kanye nenkosikazi yayo phakathi kulomuzi. UKopano usanda kudedelwa esibhedlela sabantu abagula ngengqondo ngoba kuthiwa useluleme. Ngabe useluleme ngempela?
This story is also available in English: The House on Makoro Dive