USphelele ufisa ukuya enyuvesi afundele ukuba ngummeli, yingakho ejabula ngesikhathi uyise oyinkabi embonini yamatekisi emvumela ukuthi ahambe ayofunda. Kodwa kunomgibe ukukhululeka kukaSphelele – ngabe uzoyithola indlela yokuqhelelana nezinhlelo zikayise zobugebengu ngaphandle kokushabalalisa amaphupho anawo okuphila impilo emsulwa?
Le ndima iyatholakala ngesiNgisi la