UMnumzane Msomi ugugile, futhi uyagula, kodwa indodana nendodakazi yakhe bayaxabana ngenxa yokuphikisana ngendlela okufanele bamphathe ngayo uyise njengoba isimo sakhe sempilo sibucayi. Empeleni, izindlela zabo zokholo ezihlukene zawudabula phakathi kudala umndeni wakwaMsomi. Uzozibuyisa kanjani izingane zakhe uMnumzane Msomi zizwane, ngoba ufuna ukufa ejabulile, inhliziyo ikhululekile, ezungezwe izingane zakhe, abazukulu kanye nabazukulwane?
This story is also available in English: Faith
This story forms part of our Rights 2.0 – Bridging Divides project. Find out more here.