ULondi usebenze ngokuzikhandla ukuze afeze amaphupho akhe. Kodwa manje nakhu izifiso zakhe seziphenduke iphupho elisabekayo ngoba uzithola ethunjiwe eJapan. Ngabe amakareteka aphoqwe ngenkani ukuba asebenzele ubhongoza wenswelaboya azokwazi ukuphuma ephila kulolutaku akulo … uma ezokwazi, azokwazi kanjani? Funda lendaba yomkhalambhazo enohlonze, uzibonele ukuphenduphenduka kwayo.
This story is also available in English: Kidnapped in Japan