Izintandane ezinguZelwande kanye nezingane zakubo ziyantula. UZelwande uvuka njalo ekuseni angene umgwaqo ebheka amatoho okusebenza emizini yezigwili. Ukuhlangana kwakhe noThobani, insizwa enomusa, kumulethela uthando kanye nokuguquka kwempilo. Kodwa izihlobo zikaThobani azimamukeli ngezandla ezivulekile uZelwande ngoba uqhamuka ekhaya elintulayo. Ngabe uthando luzophumelela?
This story is also available in English: Let the Rain Come