Sekuphele isikhathi eside uSiya ebheka umsebenzi kodwa engawutholi. Kuqhamuka ithuba lomsebenzi kodwa kumele akhokhe imali (amokole) ukuze awuthole. Uphuthuma ekhaya ukuze adayise izinto anazo khona ezokwazi ukuthola imali yokumokola. Ufika ekhaya athole ukuthi ugqekezelwe, kwantshontshwa zonke izinto ebezimisele ngokuzidayisa. Uyazi nokuthi ubani omgqekezelile. Ngabe uSiya uzimisele kangakanani ngokubuyisa izinto zakhe? Uzimisele kangakanani ngokuthi ajeziswe lomuntu omgqekezelile?
This story is available in English