Isoka likaNobuhle limhlukumeza ngokumshaya, nangamagama amephula umphefumulo. Kodwa uNobuhle akazi ukuthi uzobaleka abheke ngakuphi nendodana yakhe ngoba ubaba wakhe wamdingisa. Ngabe umuthi otholwe nguNtombi imbangi kaNobuhle esangomeni unomthelela ongakanani ekuhluphekeni kwakhe? Qhubeka ufunde, uzobona ukuthi lo nxantathu wothando uphelela kuphi…
***
This story is available in English: Love Wouldn’t Do This to Me.