Kudlule emhlabeni inhloko yomndeni ohlonishwa kakhulu endaweni, amaphoyisa asola sengathi kukhona okunuka santungwana ekushoneni kwayo. Ingabe uzibulele ngempela uMnumzane Zwane njengoba konke kukhomba lokho, noma ukhona ngempela umkhonyovu ekushoneni kwakhe? Ingabe ubulewe elinye lamalunga omndeni wakhe? Ukudlula kwakhe emhlabeni kube umsuka wazo zonke izinkinga ezalandela emva kwalokho?
Le ndaba iyatholakala ngesiNgisi la