UThandi unamaphupho amakhulu ngempilo, kodwa ukhathazeka kakhulu lapho uThemba, isoka likadadewabo elikhohlakele, ede efika ezobona umntwana oyindodana yakhe, kanti eqinisweni ugaqele ukubona uThandi. Pho angamenza kanjani udadewabo ukuba alibone iqiniso.
This story is available in English: Dreamgirl.