UBhuti uNogwaja akathandi nhlobo ukuya esikoleni β uncamela ukuchitha usuku lonke esembhedeni! Uzama konke okusemandleni ukulutha uGogo Nogwaja ngokuthi akazukuya esikoleni, kodwa uGogo uyagcizelela ukuthi kumele aye. Ngakho-ke uBhuti uNogwaja ulandela uSisi uNogwaja ngokungabaza endleleni eya esikoleni. Emva kwalokho usecabanga isu elisile lokuchitha usuku ekhaya. Kodwa ngabe usuku lwakhe luba ngoluyisimanga njengokucabanga kwakhe?
This story is also available in:
English
Afrikaans
isiXhosa
Sesotho
Sepedi
***
This story was provided courtesy of the Nal’ibali reading-for enjoyment campaign. For information about the campaign, or tips and ideas on how to read and share stories with children, visit www.nalibali.org