Kwakukhona umfana owayengenamndeni futhi engenayo nendawo yokuhlala, ngakho-ke abantu basemzini oseduze bambiza ngokuthi uMolahlehi, okuchaza ukuthi βisitholwaβ. UMolahlehi kwakumele ukuthi azitholele ukudla ngokwakhe, kodwa ngolunye usuku unikezwa omunye wesifazane onomusa indishi yophuthu. UMolahlehi ukuthokozela kakhulu lokhu futhi kusukela ngalolo suku owesifazane uhlale emphathela ukudla njalo uma embona. UMolahlehi uyakhula bese ezimisela ukuyozifunela indawo yakhe ezweni elinye. Lapho egcina eseyinkosi ebaluleke kakhulu, akasikhohlwa isithembiso sakhe, bese eklomelisa owesifazane ngomusa wakhe.
This story is also available in English.
***
This story was provided courtesy of the Nal’ibali reading-for enjoyment campaign. For information about the campaign, or tips and ideas on how to read and share stories with children, visit www.nalibali.org