They call me innocent not knowing
I’m the opposite of innocent.
See, I am very silent but my heart and mind
Are very active.
I am the sinner of the world.
In everything and anything I’ve captured many things.
Expectations bought disappointments in my life.

Bawo ngikhulelwe ngiyafuna ukuba nayo le ngane
Kepha baba ngiyehluleka.
Isisu sam kuyisiqalekiso ngitsho
Nobaba wengane uyasiphika isisu.
Kuyini kanti isibusiso?
Baba utshilo ezwini lakho
Wathi ingane iyisibusiso,
Kepha eyam ingathi iyisiqalekiso.

If I knew the consequences
If I knew the pain
Abortion would have been a solution
My mind told me to terminate my pregnancy
But I feared being the murderer of your blessing
Kuyini kanti isibusiso?
The child is born but yet
He’s not a blessing instantly
He’s the opposite
What kind of a blessing abuses his mother?
What kind of blessing brings pain?

Ngitshele mdali kanti kuyini isibusiso?
Ngithukiwe ngaqalekiswa ngitsho
Ngibizwa ngamagama ngilethe isibusiso emhlabeni.
Khuluma mdali uhlulwa yini ukungiphendula
Kuba zange uhluleke ukungitshela ukuthi ingane iyisibusiso.
Ngisilethile ke isibusiso sakho ekuyisiqalekiso kimi.
Bengithi ngizojabula ne ngane yam bonke badane kepha cha!
Ngixolele sengiyahamba nesibusiso sakho, ngicela usamkele masifika Kuwe mdali.