Smomomdiya sami uma uvela
Ngizwa ishaya kancane eyami
Inhliziyo ngoba kusuke sekuvele
Esami isithandwa vele phela
Ngeke igxumagxume kakhulu ngoba yagxuma kakhulu mhla wamukela
Uthando lwethu ukuthi lube impumelelo