Love most of us can’t resist.
Labafana abasakwazi ukushela.
Sebasitshela amabali.
Uma ungena moto, ungena mali angeke uyithole intombi entle.
Sebagijimisa izinto zalomhlaba.
Abantwana benkosi bahle hayi ukuzenza.
Baziqhenya ngobu ntombi babo futhi bayaqhosha.
Ucela inombolo yayo, ikunika yababa wakhe,
Ubuza igama ukutshela elingelilo.
Lezinto eziyenzayo azibafaneli.
Bayaphuza, bayabhema bathanda nokulwa.
Safa isintu sabomkhulu, sebaphila isilungu.
Kodwa bayakhohlwa ukuthi Beauty is never enough.
Nalabo bathi balungile nama phutha abo.
And love may not be what they’re after.
Babizana ngabo ‘sweety, love, baby, darling, honey
Abomakwapheni ke labo.
Aphela amantombi hayi zintsizwa!
Materialistic love