FunDza Logo
Menu Search Login
For the best FunDza experience, login to FunDza.

Ifa Lami

Author
Sthuthukile Mkhwanazi
Publisher
FunDza Literacy Trust
Language
isiZulu
Licence
All Rights Reserved.
Length
Long
Topics
Human Drama
103
Login to Like.
13

UMnumzane Dlamini udidekile ngoba isangoma sifuna enze umhlabelo ngokubulala unkosikazi. U-Amanda ushaqekile emuva kokunukubezwa nguyise. UNkosikazi Khumalo ubheka ingane ayizala kodwa wayinika uMaXaba ukuba ayikhulise. USenzo uphenduka umbulali emuva kokuphuka kwenhliziyo. UZanele ubheka umsebenzi, unina kanye nempilo engcono. UNkosikazi Gwambi ufuna indodana yakhe ishade nentombazane ayikhethele yona. Nazi nezigebengu ezingo Mbazo noSpikili zilindele ukwenza noma yini ukuze zithole imali. Funda lomdlalo weshashalazi uzizwele ukuthi kuphela kanjani.

Abalingisi

Mnu Khumalo – Ubaba wekhaya lakwaKhumalo
Nkk Khumalo – Umama wekhaya lalwaKhumalo
Smangele – Indodakazi kaMnu no Nksz Khumalo, uphethwe isifo somdlavuza wengqondo
Nkk Dlamini – Umama wekhaya lakwaDlamini
Mnu Dlamini – Ubaba wekhaya lakwaDlamini
Sanelisiwe – Indodakazi kaMnu no Nkz Dlamini endala
Amanda – Indodakazi kaMnu no Nkz Dlamini encane
Gogo – Ugogo kaSanelisiwe no-Amanda, umama kaNkz Dlamini
Mnu Gwambi – Ubaba wekhaya lakwaGwambi
Nksz Gwambi – Umama wekhaya lakwaGwambi
Senzo – Insizwa yakwaGwambi ethandana no Amanda
Zanele – Intokazi eyalahlwa abazali bayo isencane yakhuliswa uMaXaba
TK – Insizwa ethandana noZanele
Enzoh – Indodana kaTK noZanele
MaXaba – Umama owathatha uZanele esemncane wamkhulisa kabuhlungu
Jacob – Insizwa engoyokufika la eNingizimu Africa, ivela eNigeria, uthandana no Sanelisiwe
Dokotela – UDokotela oxilonga abantu esibhedlela
Isangoma – Isangoma esihlolela abadinga ukuhlolelwa kulomdlalo weshashalazi
Phoyisa 1 – Iphoyisa
Phoyisa 2 – Iphoyisa
Spikili – Isigebengu
Mbazo – Isigebengu
Sipho –Indodana kaMaXaba
Boyzen – Umngani kaTK
Mbili – Umnikazi wendawo yokudlela iMount Nebo
Ummeli – Umumeli kaMnu Dlamini

  • Ifa Lami - Isiqephu 1
  • Ifa Lami - Isiqephu 2
  • Ifa Lami - Isiqephu 3
  • Ifa Lami - Isiqephu 4
  • Ifa Lami - Isiqephu 5
  • Ifa Lami - Isiqephu 6
  • Ifa Lami - Isiqephu 7
  • Ifa Lami - Isiqephu 8
  • Ifa Lami - Isiqephu 9
  • Ifa Lami - Isiqephu 10
  • Ifa Lami - Isiqephu 11
  • Ifa Lami - Isiqephu 12
  • Ifa Lami - Isiqephu 13
  • Ifa Lami - Isiqephu 14
  • Ifa Lami - Isiqephu 15
  • Ifa Lami - Isiqephu 16
  • Ifa Lami - Isiqephu 17
  • Ifa Lami - Isiqephu 18
  • Ifa Lami - Isiqephu 19
  • Ifa Lami - Isiqephu 20
  • Ifa Lami - Isiqephu 21
  • Ifa Lami - Isiqephu 22
  • Ifa Lami - Isiqephu 23
  • Ifa Lami - Isiqephu 24
  • Ifa Lami - Isiqephu 25
  • Ifa Lami - Isiqephu 26
  • Ifa Lami - Isiqephu 27
  • Ifa Lami - Isahluko 28
  • Ifa Lami - Isiqephu 29
  • Ifa Lami - Isiqephu 30
  • Ifa Lami - Isiqephu 31
  • Ifa Lami - Isiqephu 32
  • Ifa Lami - Isiqephu 33
  • Ifa Lami - Isiqephu 34
  • Ifa Lami - Isiqephu 35
  • Ifa Lami - Isiqephu 36
Login to Comment
13 Responses
Sacela enye mft sengiyiqedile kuningi engikufundile la kulencwadi
Phumlaniray · 10 hours ago
Ngisazoyihlalela xem lencwadi❤❤❤
Phumlaniray · 22 hours ago
Wamunandi udlalo
Chwepheshe · yesterday
Off we go😍😊❤
Kuhle'Indie Nazo · yesterday
Noooo❤❤❤what a play..big up sthuthukile mkwanazi💥💥💥
Mbalinkelo1@gmai... · 3 days ago
Load More
Go to Library
HOMEABOUT UST&C'sCONTACTHELP
© 2021 FunDza