FunDza Logo
Menu Search Login
For the best FunDza experience, login to FunDza.

Angizenzanga

Author
Syethemba Dizzmar Thwala
Publisher
FunDza Literacy Trust
Language
isiZulu
Licence
All Rights Reserved.
Length
Medium
Topics
Human Drama
351
Login to Like.
63

UZinhle ubizwa uthisha uMabizela emuva kokuphuma kwesikole. UMabizela ukhathazekile ngokwehla kwamamaki aZinhle ezifundweni. Kuqala kanjalo kodwa kuthi uma uZinhle uvezela uMabizela isimo esinzima aphila ngaphansi kwaso, uMabizela athole intuba yokonakala. Le ndaba ikhuluma ngezimo eziningi abantu abancane besifazane abaphila ngaphansi kwazo ezweni lethu.

Abalingisi

Zinhle – Intombazane efunda isikole
Thobile – Umzala kaZinhle, bahlala ndawonye futhi bafunda esikoleni esisodwa
Mabizela – Uthisha ofundisa uZinhle noThobile
Mnguni – Ubaba kaThobile, umalume kaZinhle
MaZungu – Umama kaThobile, umalumekazi kaZinhle
Thabo – Umfana ofunda esikoleni noZinhle
Vela – Umfana ofunda esikoleni noZinhle
MaMkhize – Uthisha wesifazane
Mbatha – Uthisha wesilisa

  • Angizenzanga - Isiqephu 1
  • Angizenzanga - Isiqephu 2
  • Angizenzanga - Isiqephu 3
  • Angizenzanga - Isiqephu 4
  • Angizenzanga - Isiqephu 5
  • Angizenzanga - Isiqephu 6
  • Angizenzanga - Isiqephu 7
  • Angizenzanga - Isiqephu 8
  • Angizenzanga - Isiqephu 9
Login to Comment
63 Responses
Imnandi lendaba ukuthi nje uMabizela iyangicika lento ayenzayo😓😓😥😥
Nothando Ngcobo · 3 months ago
Talk 👄 early so he can be punished
Well · 7 months ago
Iyadabukisa lendaba 😢💔💔
Andiswa · 7 months ago
Iyadabukisa lendaba😢💔💔
Ximmy · 7 months ago
Imnandi lendaba yize noma sengingasithandu isenzi sikaMabizela💔sengijahe isqephu10 nesiphetho
0784638672 · 7 months ago
Load More
Go to Library
HOMEABOUT UST&C'sCONTACTHELP
© 2022 FunDza